ISIGWEBO SEGAZI
This ebook may not meet accessibility standards and may not be fully compatible with assistive technologies.
ISIGWEBO SEGAZI ilandela uKhethokwakhe Mthethwa, oyiwele noKhethile, abakhulela ekhaya lezintandane. Ekhulile, uKhethokwakhe uba yisosha emngceleni waseMozambique, lapho athandana khona noNomvelo. Kodwa impi eNyakatho ne-Afrika ibashiya behlukene. Ebhekene naleyonkinga, ushiya ubusosha abe ngummeli aze abe yijaji. Kodwa izenzo zakhe zangaphambilini ziyambamba-aze azithole esebhekene nesigwebo esingaphezu komthetho: isigwebo segazi.
Details
- Publication Date
- Jul 29, 2025
- Language
- Zulu
- ISBN
- 9781037092015
- Category
- Fiction
- Copyright
- All Rights Reserved - Standard Copyright License
- Contributors
- By (author): Nkosiyapha Innocent Ngema
Specifications
- Format