INGCWETI YOKUKHOHLISA

INGCWETI YOKUKHOHLISA

ByRebecca S. Gwamanda

Usually printed in 3 - 5 business days
Kusukela ekuqaleni kwezwe, uSathane ubelokhu enomona ngendalo kaNkulunkulu. Ubelokhu ekhohlisa uluntu - izikhonzi zezwi, abaholi, osopolitiki, njll. Kule ncwadi, uzodalulwa njengengcweti yokukhohlisa uluntu. Siyaqonda ukuthi empilweni yobuKhristu, silwa nababusi neziphathimandla – umbutho onamandla wezingelosi ezawayo ezulwini ziholwa nguSathane oyisilwi esinonya (bheka ku 1 EkaPetru 5:8). Ukuze simelane nokuhlasela kwabo, kumele sincike emandleni kaNkulunkulu futhi sisebenzise zonke izingxenye zezikhali zakhe. UPetru akanikezi lesi seluleko ebandleni elingumzimba kaKhristu nje kuphela, kodwa kubo bonke abantu bakaNkulunkulu abakhile emhlabeni nabangenakho ukuziqonda izindlela uSathane asebenza ngazo. Kanjalo noMzimba wonke kaKhristu uyadinga ukuhlonyiswa. Njengoba ulwa “namandla obumnyama amakhulu” nje, yilwa ngamandla ebandla, elimandla alo avela kuMoya oNgcwele.

Details

Publication Date
Sep 23, 2023
Language
Zulu
ISBN
9781312079595
Category
Religion & Spirituality
Copyright
All Rights Reserved - Standard Copyright License
Contributors
By (author): Rebecca S. Gwamanda

Specifications

Pages
150
Binding Type
Paperback Perfect Bound
Interior Color
Black & White
Dimensions
US Trade (6 x 9 in / 152 x 229 mm)

Ratings & Reviews